Gidela Transport and Family Group Pty Ltd

Gidela Transport and Family Group Pty Ltd Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Gidela Transport and Family Group Pty Ltd, Transportation Service, 213 Panekeni Road, Hammarsdale.

28/03/2024

Sifisela bonke abazalwane iPhasika elihle bamdumise kahle ongabonwayo bese sinxusa abashayeli bamatekisi nazo zonke izithuthi zomphakathi ukuthi bashayele ngokucophelela.

31/12/2023

Sinifisela unyaka omusha omuhle onezibusiso sibonga ukusebenzisana okuhle ku2023

"We transport the Nation"
07/12/2023

"We transport the Nation"

30/10/2023

Matric Final Examinations

Sithanda ukufisela bonke abafundi abenza uGrade 12 ukubhala okuhle okungenazihibe, sicela ukuba umphakathi nobuholi ubalekelele abafundi ngezindawo zokufundela ngokuhlanganyela(Study Group).

Gidela and Family

09/08/2023

Gidela Transport

Sifisela yonke imbokodo yaseMzansi usuku oluhle olunezibusiso. 🌹

2nd Day at Work  sisebenza kanzima
06/08/2023

2nd Day at Work
sisebenza kanzima

Sekuphinde kwanjalo kusazobanjalo  Somgidi
04/08/2023

Sekuphinde kwanjalo kusazobanjalo
Somgidi

30/07/2023

Gidela Transport

Sithanda ukudlulisa ukubonga kubo bonke abasilekelile isimo sengesihle ngoLwesihlanu nabathumele imiyalezo abakade befona siyabonga. Ngenhlanhla umshayeli ubeyedwa emotweni simfisela ukululama ngokushesha.

Nhlalenhle Security Services bafwethu umsebenzi eniwenzile ubumkhulu kakhulu SIYABONGA.

22/06/2023

Sihamba amabanga amade

07/04/2023

Sifisela bonke abazalwane iPhasika elihle eliyimpumelelo baphephe emgwaqeni abashayeli bashayele kahle bangajahi uma sebekhathele baphumule.

Address

213 Panekeni Road
Hammarsdale
3670

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gidela Transport and Family Group Pty Ltd posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share